165 0 0
Joyous Celebration Umoya Kulendawo lyrics

A dream was born between three friends more than 20 years ago in KZN, today this dream stands as a colossal monument across the music industry in South Africa. Jabu Hlongwane, Lindelani Mkhize and Mth...

About Umoya Kulendawo

Edit
Nothing yet. Write something here.

Joyous Celebration Umoya Kulendawo Lyrics

Correct lyrics, earn points
[Joyous Celebration - Umoya Kulendawo lyrics]
Ukungena kwami
Ngeke’fane nok’phuma kwam’
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo
Kunjani weBangcwele
Laph’ omunye efakaza?
Omunye uyaqiniswa
Kuvuswe nokholo lwakhe
Kanti kunjani weBangcwele
Laph’ omunye eshumayela?
Isoni siyabuyiswa
Sithokoze nabangcwele
Izilimi kuyahunyuswa
Siyathola nemfihlakalo
Ngay’ umoya kaJehova
Okulendawo
Amadimoni ayabaleka
Kuyaphiliswa nezinhlungu
Ngay’ umoya kaJehova
Okulendawo
Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo
Uuuuu…..
Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo
Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo

Joyous Celebration Umoya Kulendawo lyrics
Share Joyous Celebration Umoya Kulendawo lyrics

What do you think about this song?

Hint: Nig_r_a