198 0 0
Joyous Celebration Ngabe Ses'hlulekile lyrics

A dream was born between three friends more than 20 years ago in KZN, today this dream stands as a colossal monument across the music industry in South Africa. Jabu Hlongwane, Lindelani Mkhize and Mth...

About Ngabe Ses'hlulekile

Edit
Nothing yet. Click Edit to add something.

Joyous Celebration Ngabe Ses'hlulekile Lyrics

Correct Lyrics
[Joyous Celebration - Ngabe Ses'hlulekile lyrics]
Ukub’ iNkosi, uMoy’ oyingcwele wayengemanga ngakithi (Ngabe sesihlulekile Nkosi yami)
Ukub’ iqhawe lethu lalingenathi kukho konke (Ngabe sesihlulekile Nkosi yami)
Ukub’ uJesu Kristu akasinqobelang’ izitha zethu (Ngabe sesihlulekile Nkosi yami)
Ukub’ iqhawe lethu lalingenathi ngaleya mini (Ngabe sesihlulekile Nkosi yami)
UJesu ngimbonile ehamba nam’ indlela yonke
Hay’bo akavumanga ukub’ unyawo lwami lushelele
Wangibamba ngesandla wanginqobela zonk’ izitha zami
Hay’bo ngiyamangala, ingakho ngith’ ukub’ uJesu wayengemanga ngakimi
[Chorus]
Wasinqobela, wasikhulula
(Usibona nje sinyathela ngesizotha)
Halala siyabonga
Wasinqobela, wasikhulula
(Asiw’ amandla ethu)
Halala siyabonga
Wasinqobela, wasikhulula
(Akekh’ onjengawe, uwena wedwa)
Halala siyabonga

Joyous Celebration Ngabe Ses'hlulekile lyrics
Share Joyous Celebration Ngabe Ses'hlulekile lyrics

What do you think about this song?

Hint: Nig_r_a
Joyous Celebration Ngabe Ses'hlulekile Music Video

Other Songs By Joyous Celebration

Show all Songs by Joyous Celebration, A-Z

Other Top Songs