Sjava - Madludlu  Lyrics

Madludlu

Sjava

Album: Isina Muva
979 0 0
Sjava Madludlu lyrics

[h]Background[/h] Jabulani Hadebe was born and bred in a small town named “Bergville” in Kwazulu Natal. Known to his fans as “Sjava Ka Jama”, the proudly Zulu youngster is a great exemplar of true ar...

About Madludlu

Edit
Nothing yet. Click Edit to add something.

Sjava Madludlu Lyrics

Correct Lyrics
[Sjava - Madludlu lyrics]
We' Madluudluu
We' Madludlu eh
we' Madludluuuu

[Hook]
Ayi ngay'sola ngokuhlukana nawe
Ukube ngakuhlalisa phansi sikhulume kunokuthi ngiphume ngihambe
Kunzima la ngaphandle othandweni z'yabuya
Wawungcono wena sthandwa sami
Ngyak'cela buya

[Chorus]
We' Madludlu (ngixolele)
We' Madluuudlu (ngyak'khumbula)
We' Madludluu (ngixolele)
We' Madludluu (ngixolele)
Ngisak'thanda

[Verse 2]

Uthando lwakho nempatho yakho, ayiphumi, ayilibaleki
Ngabe nginamanga mangithi imfudumalo yakho makubanda ayikhumbuleki
Isikhala owasishiya enhlizweni yami bazamile ayi as'valeki
Angisayikhulumi eyobuhle bakho awu phela leyo ayichazeki
Bekuthi izinto mazibheda kunzima uwe obungiduduza
Wawungazi, bothi soba’right ilanga lizophuma
Ngoba ungibuyisela endleleni sthandwa sami uma ngiduka
Ngyawakhumbula amagama akho mhla ngikushiya uthi ngzokukhumbula
Sekungificile ukuhlupheka isimo engikuso sthandwa asinambitheki
Ebsuku ayi ak’laleki
Ngisho ukudla nakho akungeni

Thinking about the good times we haaaad mina nawe
Thinking about the good times we had mina nawe

[Hook]
Ayi ngay'sola ngokuhlukana nawe
Ukube ngakuhlalisa phansi sikhulume kunokuthi ngiphume ngihambe
Kunzima la ngaphandle othandweni z'yabuya
Wawungcono wena sthandwa sami
Ngyak'cela buya

[Chorus]
We' Madludlu (ngixolele)
We' Madluuudlu (ngyak'khumbula)
We' Madludluu (ngixolele)
We' Madludluu (ngixolele)
Ngisak'thanda

[Verse 2]

Baqinisile uma bethi you never know what you have until it’s gone
Ubungithanda ngothando lwangempela mina angizange ngilubone
Ngathatha uthando lwaakho
Ngadlala ngalo, unginike ngenhliziyo emhlophe
Baqinisile uma bethi you never know what you have until it’s gone
Ubungithanda ngothando lwangempela mina angizange ngilubone
Ngathatha uthando lwaakho mntanomuntu
Ngadlala ngalo, unginike ngenhliziyo emhlophe

Awu mina ngisakuthanda kahle nje’na
Ngisakukhumbula kahle nje
Awu mina ngisakuthanda kahle nje’na
Ngisakukhumbula kahle nje

[Hook]

[Chorus] x 2
Sjava Madludlu lyrics
Share Sjava Madludlu lyrics

What do you think about this song?

Hint: Nig_r_a
Sjava Madludlu Music Video

Other Songs By Sjava

Show all Songs by Sjava, A-Z

Other Top Songs