Sjava - Amagama  Lyrics

Amagama

Sjava

Album: Umqhele
1,892 0 0
Sjava Amagama lyrics

[h]Background[/h] Jabulani Hadebe was born and bred in a small town named “Bergville” in Kwazulu Natal. Known to his fans as “Sjava Ka Jama”, the proudly Zulu youngster is a great exemplar of true ar...

About Amagama

Edit
Nothing yet. Click Edit to add something.

Sjava Amagama Lyrics

Correct Lyrics
[Sjava - Amagama lyrics]
[Hook]
Amagam' othando akhona emhlabeni engak’ biza ngawo awaneli (x4)
Ngoba absekho ubuhle obunjena. Lokhu ngakgcina ngoWinnie Mandela (x2)
Ngakbiza sweety , ngikbize lovey (law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)
Ngakbiza baby , ngikbize nunu (law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)
[Verse 1]
Ngcela ukungacishi ilambu
Ngfuna ukbona izishebo zami
Ngicela ungishiye ilele mkami
Akekho ozosibona yimi nawe
Baby turn around , mayibabo
Ngidla kahle belele abafana
Elawini , elawini. Lapho esthola khona injabulo...
[Hook]
Amagam' othando akhona emhlabeni engak’ biza ngawo awaneli (x4)
Ngoba absekho ubuhle obunjena. Lokhu ngakgcina ngoWinnie Mandela (x2)
Ngakbiza sweety , ngikbize lovey (law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)
Ngakbiza baby , ngikbize nunu (law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)
[Verse 2]
UNkulunkulu mayekudala , wayengajahanga
Awushodi ngalutho wena
Bonke bahle mawungekho wena
Avele akhale amakhwela
Kumamatheka umhlaba unyawo mawul’beka (kunyathela undlunkulu)
Akekho ozongithathela , wena baby ngingakfela
Ngawe ngingalwa ngibe bovu
Ushisa okudlula istofu
Ngathi ngingakushela kabili. Ungiqome kabili
Ngathi ngingagibela phezu kwe Carlton center ngitshele umhlaba wonke ukuthi uwumuntu wami
[Hook]
Amagam' othando akhona emhlabeni engak’ biza ngawo awaneli (x4)
Ngoba absekho ubuhle obunjena. Lokhu ngakgcina ngoWinnie Mandela (x2)
Ngakbiza sweety , ngikbize lovey (law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)
Ngakbiza baby , ngikbize nunu (law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)

Sjava Amagama lyrics
Share Sjava Amagama lyrics

What do you think about this song?

Hint: Nig_r_a
Sjava Amagama Music Video

Other Songs By Sjava

Show all Songs by Sjava, A-Z

Other Top Songs