126 0 0
Joyous Celebration Bambelela lyrics

A dream was born between three friends more than 20 years ago in KZN, today this dream stands as a colossal monument across the music industry in South Africa. Jabu Hlongwane, Lindelani Mkhize and Mth...

About Bambelela

Edit
Nothing yet. Write something here.

Joyous Celebration Bambelela Lyrics

Correct lyrics, earn points
[Joyous Celebration - Bambelela lyrics]
Uhambile emhlabeni
Ubonile zonk'zehlo
Ulimele ukhathele-awunakuthula
Bika konke enkosini
Ufune njalo ubuso bakhe
Ungabheki ngasemuva
Qhubekela ekujuleni
Ufune njalo ubuso bakhe
Ungabheki ngasemuva-hlal'ezinyaweni
Mfune njalo ungashalazi
Yiba yibo ubufukazi
Bokuth'ujesu uyaphila
Futhi ngek'akushiye
Bambelela qinisela bekezela konke
Kuzolunga bhek'ithemba lakho kuye njalo
Hlala njalo themba njalo khuleka njal'ubaba
Ulalele ulindele ukukhala kwakho
Ngik'xoxole ke
Ngiyhambile nay'eyami
Ngidlulile kokunzima
Ngalimala ngadangala-kwaphelukutha
Wena wedwa wangisiza wangikipha obishini
Yena yedwa usizo lwakho la lungavela khona
Ngasemuva uhluleka isimo sakho sibophele
Biz'ujesu umsindisi-akahlulwa yilutho
Unamandla uyaphila isihlangu sakho sokuvika
Futhi kuye sikhuselwe ngakho ka mthemba njalo
Bambelela-bambelela
Qinisela, qinisela
Bekezela, bekezela
Uzophumelela njalo

Joyous Celebration Bambelela lyrics
Share Joyous Celebration Bambelela lyrics

What do you think about this song?

Hint: Nig_r_a
Joyous Celebration Bambelela Music Video

Other Songs By Joyous Celebration

Show all Songs by Joyous Celebration, A-Z

Other Top Songs