Joyous Celebration - Unkulunkulu Uyangithanda  Lyrics

Unkulunkulu Uyangithanda

Joyous Celebration

246 0 0
Joyous Celebration Unkulunkulu Uyangithanda lyrics

A dream was born between three friends more than 20 years ago in KZN, today this dream stands as a colossal monument across the music industry in South Africa. Jabu Hlongwane, Lindelani Mkhize and Mth...

About Unkulunkulu Uyangithanda

Edit
Nothing yet. Click Edit to add something.

Joyous Celebration Unkulunkulu Uyangithanda Lyrics

Correct Lyrics
[Joyous Celebration - Unkulunkulu Uyangithanda lyrics]
Kule minyak' engaka ngidlal' ukuhluphek' emhlabeni
Kule minyak' engaka ngilal' usiz' emhlabeni
Kant' uNkulunkulu uphambi kwami
Uphambi kwami
Uyangihlolel' emadlelwen' aluhlaza
Kule minyak' engaka ngidlal' ukuhluphek' emhlabeni
Kule minyak' engaka ngilal' usiz' emhlabeni
Kant' uJehova uphambi kwami
Uphambi kwami
Uyanginqobela njal' izitha zami
Ngazula ngazula ngazula
Ngamihla le ngifuna le nalena
Kant' ukhon' ongithandayo
Kant' ukhon' ongithandayo
[Chorus]
UNkulunkulu uyangithanda
(Yen' uyangithanda)
Bengingazi uyangithanda nam
[I didn't know He loves me too]
(Ungithanda noma nginjena mina)
Uyangithanda
(O mina nginjena)
Kant' ubathanda bonke abantu
Kant' uJehova mkhulu kangaka kimi
Uyaz' uJehova ubonis' ubukhulu bakhe kimi
Ngiyobonga ngithini na?
Ngiyobonga ngithini na kuye?
Wangikhiph' eGipite ezweni lobugqila
Wangifak' ekukhanyeni
Kuyakhanya manje
Kuyakhanya manje
[Chorus]

Joyous Celebration Unkulunkulu Uyangithanda lyrics
Share Joyous Celebration Unkulunkulu Uyangithanda lyrics

What do you think about this song?

Hint: Nig_r_a
Joyous Celebration Unkulunkulu Uyangithanda Music Video

Other Songs By Joyous Celebration

Show all Songs by Joyous Celebration, A-Z

Other Top Songs